99.The Earthquake

  1. Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo
  2. Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo
  3. Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo”
  4. Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo
  5. Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa
  6. Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo
  7. Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona
  8. Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona