97.The Power, Fate

  1. Ngempela sayethumela phansi (iQur’an) ngobusuku obunqunyiwe
  2. Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ubusuku obunqunyiwe
  3. Ubusuku obunamandla bungcono kunezinyanga eziyinkulungwane
  4. Izingelosi kanye nomoya (uGabriyeli) zehlika ngabo (ubusuku obunamandla) ngemvume yeNKosi yazo nalolonke udaba
  5. Ukuthula yikona! Kuze kube ukuphakama kokusa