95.The Fig

  1. Ngifunga ngekhiwane nangomhlwathi
  2. Futhi ngifunga ngentaba iSinayi
  3. Futhi ngifunga ngalelidolobha eliphephile (Makkah)
  4. Ngempela samdala umuntu ngokubunjwa (ngesimo) esihle kakhulu
  5. (Emva kwalokho) sabe sesimehlisela kokuphansi kakhulu
  6. Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo, manjalo okwabo ngumvuzo ongapheliyo
  7. Ngokho-ke yini lena ekwenza uphike usuku lokwahlulela
  8. Akusiyena yini uMvelinqangi umehluleli wabehluleli na