92.The Night

  1. Ngifunga ngobusuku uma bumboza (ngobumnyama)
  2. Futhi ngifunga ngemini uma ivela
  3. Futhi ngifunga ngalowo owadala isilisa nesifazane
  4. Ngempela ukuzabalaza kwenu kwehlukahlukene
  5. Mayelana nalowo onikezayo futhi asabe (uMvelinqangi)
  6. Futhi akholelwe kokuhle kakhulu
  7. Manjalo siyomenzela lula indlela elula
  8. Futhi mayelana nalowo oncishanayo futhi ozibona ukuthi
  9. Futhi uphika okuhle kakhulu
  10. Manjalo siyomenzela lula indlela eya ebunzimeni
  11. Futhi ayimsizi ingcebo yakhe uma esewa (efa)
  12. Ngempela kuphezulu kwethu ukuholwa
  13. Futhi ngempela ngeyethu impilo ezayo neyamanje
  14. Ngakho-ke nganexwayisa ngomlilo ovuthayo
  15. Akekho oyongena kuwona ngaphandle koyisoni kakhulu
  16. Lowo owaphika futhi wafulathela (endleleni eqondile)
  17. Futhi uyokuqhelelaniswa nabalungileyo
  18. Lowo onikela ngengcebo yakhe ukuze azihlanze
  19. Futhi akukho ngisho nakoyedwa kuyena emseni ukuze anikezwe wona
  20. Ngaphandle kokufuna ubuso beNkosi yakhe, ephakeme kakhulu
  21. Futhi uzothokoza