108.Abundance

  1. Ngempela sakunika inala
  2. Ngakho-ke thandaza eNkosini yakho futhi unikele ngokuhlaba isilwane
  3. Ngempela isitha sakho, sona siyanqanyulwa (valwa inzalo)