104.The Traducer

  1. Usizi kuyona yonke inhlebi nenhlekisa
  2. Lowo ohlanganisa ingcebo futhi ayibale
  3. Ucabanga ukuthi ingcebo yakhe iyomenza ukuthi ahlale ingunaphakade
  4. Lutho! Ngempela uyophonswa emlilweni wesihogo
  5. Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini umlilo wesihogo
  6. Ngumlilo kaMvelinqangi obaselwe (ovuthayo)
  7. Okuyiwona owenyukela ezinhliziyweni
  8. Ngempela wona (umlilo wesihogo) uyobamboza
  9. Ezinsikeni ezinwetshiwe